2 Samuweli 23:20 - IsiZulu 202020 UBhenaya, indodana kaJehoyada, wayeyindoda eyiqhawe elinamandla, elenza imisebenzi emikhulu. WayengowaseKhabizeyeli; wabulala amaqhawe amabili akwaMowabi, waphinde wehla, wabulala ingonyama emgodini ngosuku likhithikile. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 UBenaya indodana kaJehoyada, indodana yendoda enamandla, owayenze imisebenzi emikhulu, owaseKabiseyeli, wabulala amaqhawe amabili akwaMowabi; futhi wehla, wabulala ingonyama phakathi komgodi ngosuku lweqhwa, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 UBenaya, indodana kaJehoyada, indodana yendoda enesibindi, waseKabiseyeli, owenza izenzo eziningi, wabulala abantu ababili bakwaMowabi abanjengezingonyama; Gade chapit la |