Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 23:12 - IsiZulu 2020

12 kodwa yena wema phakathi nesiqinti, wasivikela, wawabulala amaFilisti; uSimakade wamnika okukhulu ukunqoba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha wayemi phakathi nesiqephu, wasivikela, wawabulala amaFilisti; uJehova wenza insindiso enkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha wema phakathi nezwe, walivikela, wawabulala amaFilisti; uJehova wenza insindiso enkulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 23:12
5 Referans Kwoze  

Ihhashi lilungiselwa usuku lokulwa, kepha ukunqoba kungokukaSimakade.


Wasuka wabulala amaFilisti kwaze kwakhathala isandla sakhe, sanamathela enkembeni. USimakade wabapha ukunqoba okukhulu ngalolo lusuku. Abantu babuya, beza kuye, ukuze babuthe impango kuphela.


Wena ngesandla sakho, waxosha izizwe, bona wabatshala; wazibhubhisa izizwe, bona wabakhulula.


Insindiso ingekaSimakade; isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela


Wayekanye noDavide ePhasi Damimi, ngesikhathi kubuthana amaFilisti lapho ukuyokulwa nabo. Kwakukhona isiqinti sezwe esasigcwele ibhali. Abantu babebalekile phambi kwamaFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite