Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:49 - IsiZulu 2020

49 Ungikhiphe ezitheni zami, wangiphakamisela phezu kwabangivukelayo, wangihlenga kumuntu oyisidlova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 ongikhiphile ezitheni zami, wangiphakamisa phezu kwabangivukelayo, wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Ongikhipha ezitheni zami; Ungiphakamisile phezu kwabangivukelayo; Wangikhulula kumcindezeli.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:49
11 Referans Kwoze  

Simakade, ngikhulule kumuntu omubi, ungivikele kumuntu oyisidlova.


Ngivikele ezandleni zomubi, ungilonde kumuntu oyisidlova, oceba ukukhubekisa izinyawo zami.


We siqhwaga, uziqhayiselani ngokubi na? Umusa kaNkulunkulu umi njalo.


UNkulunkulu ungiphindiselele, wenza abantu bazithobe phansi kwami. Wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.


UDavide wakuqonda ukuthi uSimakade wayemmisile impela ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli nokuthi uwuphakamisile umbuso wakhe ngenxa yabantu bakhe, u-Israyeli.


Uyamvusa ompofu othulini, uyayiphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izisekelo zomhlaba zingezikaSimakade; ubekile izwe phezu kwazo.


Amanzi ayakugobhoza, aphume ezimbizeni zakhe, imbewu yakhe ibe semanzini amaningi, inkosi yakhe ibe nkulu kuno-Agagi, umbuso wakhe uphakame.


Ngawe sizakuzilahla phansi izitha zethu, ngegama lakho sizakubanyathela abasivukelayo.


Bheka, kwase kufika umKhushe, wathi: “Ngilethe izindaba ezinhle enkosini, inkosi yami. USimakade ukuphindiselele namuhla kubo bonke abakuvukelayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite