Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:45 - IsiZulu 2020

45 Abafokazi bazithoba phansi kwami; banele bezwa nje ngami, bangihlonipha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Abafo bazithoba phansi kwami; banele ukungizwa nje ngendlebe, base bengilalela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Abezizwe bayakuzithoba kimi; ngokushesha nje lapho bekuzwa, bayongilalela Mina.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:45
8 Referans Kwoze  

Abazonda uSimakade bayakuzithoba kuye, ukubhujiswa kwabo kube phakade.


Yishoni kuNkulunkulu, nithi: “Yeka ubukhulu bemisebenzi yakho! Ngenxa yobukhulu bamandla akho, izitha zakho ziyothoba phansi kwakho.


USimoni naye wakholwa; esebhabhadisiwe wamlandela uFiliphu, emangaliswa izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyayenzeka.


Nabezizwe abazihlanganisa noSimakade ukuba bamkhonze, nokulithanda igama likaSimakade ukuba babe yizinceku zakhe, zonke ezigcina isabatha, zingaloni, nezibambelela esivumelwaneni sami,


Indodana yowezizwe ezihlanganise noSimakade mayingathi: “Impela uSimakade uyakungehlukanisa nabantu bakhe,” nomthenwa angathi: “Bheka, ngingumuthi owomileyo.”


Ubusisiwe wena Israyeli; ngubani ofana nawe, isizwe esisindiswe nguSimakade oyisihlangu nosizo lwakho, oyinkemba yakho yokunqoba. Izitha zakho ziyokhwantshabala, wena unyathele ezindaweni zazo eziphakemeyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite