Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:37 - IsiZulu 2020

37 Wandise izinyathelo zami, ukuze amaqakala ami angaxegi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Amabanga okunyathela kwami uwandisile; amaqakala ami awaxegi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Uzandisile izinyathelo zami phansi kwami; ukuze izinyawo zami zingasheleli.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:37
8 Referans Kwoze  

Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyukuthiywa yilutho, nalapho ugijima awuyukukhubeka.


Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele.


“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kodwa izikhohlakali ziyakubhujiswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakuphumelela ngamandla akhe odwa.


Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli.


Lapho ngithi unyawo lwami lushibilikile, umusa wakho, Simakade, wangiphasa.


Wandisile izinyathelo zami phansi kwami, namaqakala ami awabhinyikanga.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Wangikhiphela endaweni ebanzi: wangikhulula, ngokuba ethokoza ngami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite