Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:19 - IsiZulu 2020

19 Bangihlasela ngosuku engehlelwa ngalo yinhlekelele, kodwa uSimakade waba yinsika yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bangihlasela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bangivimbezela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:19
12 Referans Kwoze  

Ngisho noma ngidabula emfundeni emnyama okwethunzi lokufa, angiyukwesaba ngozi, ngokuba Wena unami, intonga yakho nondondolo lwakho kuyangiduduza.


Ngubani phakathi kwenu omesabayo uSimakade, olilalelayo izwi lenceku yakhe, ohamba ebumnyameni, engenakho ukukhanya kodwa ethembela egameni likaSimakade, futhi encika kuNkulunkulu wakhe na?


Abafileyo bakho bayophila, izidumbu zabo zivuke. Vukani, nihlokome ngenjabulo nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho ayoba njengokukhanya kwasekuseni, nomhlaba uyokhipha abafileyo.


Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba babenamandla amakhulu kunami.


Ungesabi, ngokuba Mina nginawe; ungabi naluvalo, ngokuba Mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite