Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:17 - IsiZulu 2020

17 Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wathumela ephezulu, wangibamba; Wangikhipha emanzini amaningi;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:17
12 Referans Kwoze  

Uma udabula emanzini, Mina ngiyokuba nawe, nemifula ayiyukukukhukhula; nalapho udabula emlilweni, awuyukusha; ilangabi aliyukukushisa.


Yelulela isandla sakho phezulu, ungikhulule, ungihlenge emanzini amaningi, nasesandleni sabafokazi


Makuthi bonke abethembekileyo bakhuleke kuwe ngesikhathi senhlupheko; impela isikhukhula esinamandla asiyukufinyelela kubo.


USimakade welule isandla sakhe esezulwini, wangixhakathisa, wangidonsa, engikhipha ezikhukhuleni ezesabekayo.


Yayisithi kimi: “Amazwi owabonileyo lapho bekuhleli khona isifebe, ngabantu, izixuku, izizwe nezilimi.


Ngikhala kuwe Simakade ngiphansi otweni.


Umntwana wakhula, wayesemyisa endodakazini kaFaro, waba yindodana yayo; yamqamba ngokuthi nguMose, ngokuba yathi: “Ngamkhipha emanzini.”


Amanzi angigubuzela ikhanda. Ngathi: “Kuphelile ngami!”


Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba babenamandla amakhulu kunami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite