Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:15 - IsiZulu 2020

15 Wathuma imicibisholo, wabangquzula, yebo, ngonyazi wabadidizelisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wathuma imicibisholo, wabangquzula, yebo, nonyazi, wabadidizelisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wathuma imicibisholo, wabahlakaza; umbani, wabadunga.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:15
8 Referans Kwoze  

“ ‘Ngiyonqwabelisa izinhlekelele phezu kwabo ngibacibe ngemicibisholo yami:


Ilanga nenyanga kwama nse endaweni yakho ngokubenyezela kwemicibisholo yakho eshwezayo nangokunyazima komkhonto wakho okhanyayo.


USimakade wabathela ngokudideka phambi kuka-Israyeli, owacekela phansi abaningi eGibheyoni, wabaxosha ngendlela ekhuphukela eBhethi Horoni, wabacekela phansi ngenkemba kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.


Imicibisholo yakho icijile, ingena enhliziyweni yezitha zenkosi, izizwe ziwa phansi kwakho.


Uciba ngemicibisholo yakhe, izitha zihlakazeke; umbani ulokhu uthi nyazi, uzidudulela kude.


Kwathi uSamuweli esenza umnikelo wokushiswa, asondela amaFilisti ukuzolwa no-Israyeli. USimakade waduma ngezwi elikhulu ngalolo lusuku wamelana namaFilisti, wawafaka ukudideka, anqotshwa kanjalo ngu-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite