Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:11 - IsiZulu 2020

11 Wakhwela phezu kwekherubhi, wandiza; wabonwa emaphikweni omoya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wakhwela phezu kwekherubi,* wandiza; wabonwa emaphikweni omoya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wakhwela phezu kwekherubi, wandiza, wabonakala emaphikweni omoya.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:11
13 Referans Kwoze  

Ubeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, wenza amafu abe yinqola yakhe, uhamba ngamaphiko omoya,


Uza endiza, egibele ikherubhi, eshweza ngamaphiko omoya.


Izingelosi zonke aziyibo yini omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakudla ifa lensindiso na?


Inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yasuswa phezu kwekherubhi eyayikulo, yayiswa ngasemnyango wendlu. USimakade wayibiza indoda eyayembethe ilineni, inophondo lukayinki womlobi okhalo lwayo.


Uma ngithatha amaphiko okusa, ngiye ngihlale emikhawulweni yolwandle,


USimakade uyabusa, abantu mabathuthumele, uhleli phezu kwamakherubhi, umhlaba mawuzamazame.


Lalela, Malusi ka-Israyeli, Wena ohola uJosefa njengomhlambi. Uhlezi phezu kwamakherubhi, khazimula


Izinqola zempi zikaNkulunkulu ezinamandla eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane ngezinkulungwane iNkosi iphakathi kwazo, iSinayi isendaweni engcwele.


Abantu base bethumela eShilo, bawuthatha lapho umphongolo wesivumelwano sikaSimakade Wamabandla owawuhlezi phezu kwamakherubhi. Amadodana ka-Eli omabili, uHofini noFinehasi, babelapho nomphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


Uyokwenza ikherubhi ngalinye libe sekugcineni kwezinhlangothi zombili, uwenze ekugcineni nxazombili, ahlangane nesihlalo somusa.


Wamxosha umuntu, wayesebeka amakherubhi empumalanga nensimu yase-Edeni, nenkemba evuthayo eyayiphendukela nxazonke, ukuqapha indlela eya emthini wokuphila.


UDavide wasuka wahamba nabo bonke abantu ayenabo, besuka eBhali Juda, ukuyolinda umphongolo kaNkulunkulu obizwa ngeGama, igama likaSimakade Wamabandla ohlala phezu kwamakherubhi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite