Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 21:18 - IsiZulu 2020

18 Emveni kokuba sekwenzekile lokho, kwaba khona ukulwa namaFilisti eGobhi. Lapho uSibhekhayi, umHushathi, wabulala uSafi, omunye wamadodana amaRefa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwathi emva kwalokho kwabuye kwavuka impi namaFilisti eGobi; khona uSibekayi umHushati wabulala uSafi owayengowamadodana amaRefa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Emva kwalokho kwaba nenye impi namaFilisti eGobi;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 21:18
6 Referans Kwoze  

uSibhekayi umHushathi, u-Ilayi umAhohi,


Kwabuye futhi kwaba khona impi eGathi, kwakukhona lapho umuntu owayengumdondoshiya, owayeneminwe eyisithupha esandleni ngasinye, enezinzwani eziyisithupha onyaweni ngalunye, kungama-24 kukonke; naye wayezalwa yiRefa.


USibhekhayi, umHushathi kwabakwaZera, nguye owayengamele ababengena ngenyanga yesishiyagalombili; esigabeni sakhe kwakukhona abayizi-24 000.


U-Ishibhi Bhenobhi, omunye wamaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli ethusi angama-300, futhi ebhince inkemba entsha, wathi, uzakumbulala uDavide.


Bobane labo babezalwa ngamaRefa eGathi, kodwa bawa ngesandla sikaDavide nangesandla sezinceku zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite