Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 21:13 - IsiZulu 2020

13 Wenyuka lapho namathambo kaSawule nakaJonathani indodana yakhe, base bewaqoqa namathambo alabo ababephanyekiwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wenyusa lapho amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe; baqoqa amathambo ababephanyekiwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wawenyusa khona amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe; basebebutha amathambo alabo ababelengisiwe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 21:13
2 Referans Kwoze  

UDavide wawalanda amathambo kaSawule namathambo kaJonathani, indodana yakhe, kubantu baseJabeshi Gileyadi, ababewebe esigcawini eBhethi Shani, lapho babephanyekwe khona, mhla amaFilisti ebulala uSawule eGilibhowa.


Bawambela amathambo kaSawule noJonathani, indodana yakhe, kwaBhenjamini, eZela, ethuneni likaKishi, uyise. Benza konke inkosi eyayibayale ngakho. Emveni kwalokho uNkulunkulu wayizwa imikhuleko ngenxa yezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite