Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 2:3 - IsiZulu 2020

3 UDavide wenyuka namadoda ayenaye, kwaba yileyo naleyo nabomndeni wayo; bahlala emizaneni eHebhroni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abantu bakhe ababe noDavide wabenyusa, kwaba yilowo nalowo nomuzi wakhe; bahlala emizaneni yaseHebroni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UDavide wayesethuma amadoda akhe aye naye ukuba akhuphuke, kube yilowo nalowo nendlu yakhe, ahlala emizini yaseHebroni.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 2:3
7 Referans Kwoze  

Kwathi ngosuku lwesithathu lapho uDavide nabantu bakhe befika eZikilagi, bathola ukuthi ama-Amaleki ayehlasele eNegevu naseZikilagi, alinqoba, alishisa ngomlilo.


Kwaqoqana bonke abahluphekayo, abanezikweletu, nabo bonke abadabukile enhliziyweni, yena waba yinduna ebaphethe. Babebalelwa cishe ema-400.


Nanti inani lezinhloko ezazihlomile ezeza kuDavide eHebhroni, ukuba ziguqulele kuye umbuso kaSawule njengokusho kwezwi likaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite