Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 2:17 - IsiZulu 2020

17 Impi yayinzima kakhulu ngalolo lusuku; u-Abhineri namadoda akwa-Israyeli behlulwa yizinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwakuyimpi enzima ngalolo suku; u-Abineri wahlulwa kanye nabantu bakwa-Israyeli phambi kwezinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Futhi kwaba khona impi enzima kakhulu ngalolo suku; u-Abineri namadoda akwa-Israyeli babulawa phambi kwezinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 2:17
4 Referans Kwoze  

Kwaba khona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaDavide nendlu kaSawule. UDavide wadlondlobala ngamandla, kodwa indlu kaSawule yaya ngokuya iba ntekenteke.


U-Abhineri wathi kuJowabe: “Ake zisukume izinsizwa, zizwane amandla phambi kwethu.” UJowabe wathi: “Mazisukume.”


Zabambana ngezihluthu, yileyo naleyo yagwaza enye ohlangothini, zawa kanyekanye. Yingakho leyo ndawo ibizwa ngokuthi yiHelikhathi Hazurimi, iseGibheyoni.


Ukuqala kwengxabano kufana nokuvulelwa kwamanzi, ngakho-ke shiya kungakaqubuki ingxabano.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite