2 Samuweli 2:15 - IsiZulu 202015 Zase zisukuma zaphumela eshashalazini, zabalwa zaze zaba li-12 ohlangothini luka-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule wakwaBhenjamini, zaba li-12 ezincekwini zikaDavide. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Zase zisuka, zawela ngamanani, eziyishumi nambili kwaBenjamini naku-Ishi Bosheti indodana kaSawule, neziyishumi nambili ziyizinceku zikaDavide. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202415 Kwase kusuka kwadabula ngokwenani eliyishumi nambili lakwaBenjamini lika-Ishi Bosheti indodana kaSawule, nezinceku eziyishumi nambili zikaDavide. Gade chapit la |