Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:40 - IsiZulu 2020

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKhimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nengxenye yabakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Inkosi yasiwela, yaya eGiligali, loKimihamu wahamba layo; bonke abantu bakwaJuda bahola inkosi, nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:40
6 Referans Kwoze  

Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zazimemeza zithi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiswe ozayo egameni leNkosi. Hosana kweliphezulu!”


Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda, nodondolo lombuso ngeke lugudluzwe phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike lowo ubukhosi obungobakhe; nezizwe ziyakumlalela.


Bonke abantu phakathi kwazo zonke izizwana zakwa-Israyeli babephikisana, bethi: “Inkosi yasisindisa esandleni sezitha zethu, yasikhulula esandleni samaFilisti, manje ibalekile ezweni, ibalekela u-Absalomu.


U-Absalomu esamgcoba ukuba asibuse ufele empini, ngakho-ke kungani nithule ningayibuyisi inkosi na?”


Ivumele inceku yakho iphindele emuva ukuze ifele emzini wayo, eduze kwethuna likayise nelikanina. Kepha bheka, nansi inceku yakho, uKhimihamu, mayiwele nenkosi yami, inkosi, uyenzele okuhle emehlweni akho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite