Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:32 - IsiZulu 2020

32 UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UBarizilayi wayengumuntu omdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayekade eyipha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu omkhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UBarizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayepha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi; ngoba wayengumuntu omkhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:32
14 Referans Kwoze  

Kwakukhona umuntu eMahoni owayenemfuyo eKharmeli. Lowo muntu wayecebe kakhulu, enezimvu eziyizi-3 000 nezimbuzi eziyi-1 000. Izimvu zakhe wayezigundela eKharmeli.


Ubumpunga bungumqhele wodumo; bufunyaniswa endleleni yokulunga.


Yayinezimvu eziyizi-7 000 namakameli ayizi-3 000, nezinkabi ezingamabhangqa angama-500 nezimbongolo zezinsikazi ezingama-500 nezisebenzi eziningi kakhulu. Leyo ndoda yayiyisikhulu esiphezulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


UMose wafa eseneminyaka eyi-120, kodwa iso lakhe lalingakafiphali namandla akhe engakanciphi.


UJakobe wahlala eGibhithe iminyaka eyi-17. Izinsuku zikaJakobe neminyaka yokuphila kwakhe emhlabeni kwaba yi-147.


Isiyonke iminyaka eyaphilwa ngu-Abhrahama yayiyi-175.


Isiyonke iminyaka eyaphilwa nguNowa yaba ngama-950, wayesefa.


Isiyonke iminyaka eyaphilwa nguMethusela yaba ngama-969, wayesefa.


UJosefa wafa eseqede iminyaka eyi-110, abantu bamgqumisa ngemithi, wayesefakwa ebhokisini lomngcwabo eGibhithe.


Inkosi yathi kuBharizilayi: “Wela nami, ngizokondla nami eJerusalema.”


UMenahemu wakhokhisa u-Israyeli nabo bonke abantu ababecebile, imali, umuntu ngamunye wayekhipha amashekeli angama-50 ukuze awanike inkosi yase-Asiriya. Inkosi yase-Asiriya yayisibuyela kwelakubo, ayabe isahlala ezweni.


Kanjalo neyayithole amabili, yazuza amanye amabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite