Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:29 - IsiZulu 2020

29 Inkosi yathi kuye: “Usakhulumelani ngezindaba zakho na? Ngithi, wena noZiba nizohlukaniselana izwe.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Inkosi yathi kuye: “Usakhulumelani ngezindaba zakho na? Ngithi: Wena noSiba, yahlukaniselani izwe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Inkosi yathi kuye: “Usakhulumelani ngezindaba zakho na?” ngathi: Wena noSiba yehlukaniselani izwe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:29
11 Referans Kwoze  

kodwa uma kungukuqophisana ngamazwi, ngamagama nangomthetho wakini, ziboneleni nina. Mina angifuni ukuba ngumehluleli walokho.”


Ukuphendula ungakezwa kungubuwula nehlazo kuye.


Ohleba umakhelwane wakhe esithe ngiyombhubhisa, angiyukumbekezelela ozikhukhumezayo.


Kuyoze kube nini nehlulela ngokungalungile, nenzelela izikhohlakali na? Sela


Kwakukhona endlini kaSawule inceku egama layo linguZiba; bambiza ukuba aye kuDavide. Inkosi yathi kuye: “UnguZiba yini na?” Wathi: “Inceku yakho inguye.”


Inkosi yayisibiza uZiba, inceku kaSawule, yathi kuye: “Konke okwakungokukaSawule nakuyo yonke indlu yakhe ngikunike umzukulu wenkosi yakho.


Ngokuba bonke abendlu kababa kwakufanele ukuba bafe, kodwa inkosi yami yayibeka inceku yayo nalabo abadla etafuleni layo. Ngisenalungelo lini ukuba ngingabuye ngikhale enkosini na?”


Wayesethi uMefibhoshethi enkosini: “Makathathe konke, njengoba inkosi yami, inkosi, isibuyele esigodlweni sayo ngokuthula.”


UDavide wayesethi kuye: “Ungesabi, ngokuba ngiyakukwenzela impela umusa ngenxa kaJonathani, uyihlo; ngizokubuyisela lonke izwe likamkhulu wakho, uSawule; uyakudla njalo etafuleni lami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite