Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:4 - IsiZulu 2020

4 Inkosi yayisithi kubo: “Ngizokwenza lokho enikubona kufanele.” Ngakho-ke inkosi yema ngaseceleni kwesango, wonke amabutho aphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Yayisithi inkosi kubo: “Okuhle emehlweni enu ngiyakukwenza.” Inkosi yema ngaseceleni kwesango, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inkosi yasisithi kubo: Ngizakwenza lokho elikubona kuhle. Inkosi yema esangweni, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:4
5 Referans Kwoze  

UDavide wayehlezi phakathi kwamasango, elingaphakathi nelingaphandle; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni lomuzi, waphakamisa amehlo akhe, wabona umuntu egijima yedwa.


Uyoba ngumoya wobulungiswa kumehluleli, namandla kwabavimba impi esangweni.


UDavide wababala abantu ababenaye, wayesebabekela izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.


Amakhosi amaFilisti adlula ngamakhulu nangezinkulungwane; uDavide nabantu bakhe babengabokugcina ukudlula no-Akhishi.


Inkosi yayaleza uJowabe, u-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Anoyiphatha kahle insizwa ngenxa yami; ngisho u-Absalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyaleza zonke izinduna ngo-Absalomu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite