Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:33 - IsiZulu 2020

33 Yayisidabuka kakhulu inkosi, yakhuphukela ekamelweni elingaphezu kwesango, yakhala; isahamba yathi: “Hawu ngendodana yami, u-Absalomu, ndodana yami, ndodana yami Absalomu! Sengathi ngabe kufe mina esikhundleni sakho, Absalomu, ndodana yami, ndodana yami!”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Yayisidabuka kakhulu inkosi, yakhuphukela ekamelweni elingaphezu kwesango, yakhala; isahamba yathi: “Hhawu, ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi nga ngifile esikhundleni sakho, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Inkosi yathukuthela kakhulu, yakhuphukela ekamelweni elibhekene nesango, yakhala; wahamba, wathi: “Ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi ngafela wena, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:33
11 Referans Kwoze  

Inkosi yamboza ubuso, yakhala ngezwi elikhulu, yathi: “Hawu, ngendodana yami, u-Absalomu, Absalomu, ndodana yami, ndodana yami!”


Indodana eyisiwula iwusizi kuyise, nomunyu kowayizalayo.


Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iyamthokozisa uyise, kodwa eyisiwula, iwusizi kunina.


Njengalokhu uyise ebahawukela abantwana bakhe, kanjalo noSimakade uyabahawukela abamesabayo.


ngokuba ngangifisa ukuba ngoqalekisiweyo, ngisuswe kuKhristu ngenxa yabazalwane bami abangabakithi ngokobuzwe,


Nokho ngiyakunxusa ukuba uthethelele isono sabo; uma ungabathetheleli, ngesule encwadini yakho oyibhalileyo.”


U-Eliya wayengumuntu efana nathi; wakhuleka nokukhuleka ukuba lingani; alinanga emhlabeni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha.


Lokhu kwamkhathaza u-Abhrahama ngenxa yendodana yakhe u-Ishmayeli.


UJowabe, indodana kaZeruya, wabona ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Absalomu.


Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Absalomu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite