Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:31 - IsiZulu 2020

31 Bheka, kwase kufika umKhushe, wathi: “Ngilethe izindaba ezinhle enkosini, inkosi yami. USimakade ukuphindiselele namuhla kubo bonke abakuvukelayo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Bheka, wayesefika umKushe; umKushe wathi: “Ngumbiko, nkosi yami, nkosi, ngokuba uJehova ukuphindisele namuhla kubo bonke abakuvukelayo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Bheka, kwafika uKusi; uKushi wathi: “Thumela, nkosi yami, nkosi, ngokuba uJehova ukuphindisele namuhla kubo bonke abakuvukelayo.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:31
11 Referans Kwoze  

U-Ahimahazi, indodana kaZadoki, wayesethi: “Ake ngigijime, ngiyobikela inkosi ukuthi uSimakade uyiphindiselele ezitheni zayo.”


Olungileyo uyojabula uma ebona impindiselo, uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi,


Wayesememeza u-Ahimahazi, wathi enkosini: “Bayede!” Wakhothama phambi kwenkosi, ebhekise phansi ubuso bakhe, wathi: “Makabongwe uSimakade uNkulunkulu wakho, onikele abantu abebefuna ukubulala inkosi yami.”


“Simakade, sengathi zingabhubha zonke izitha zakho! Kodwa abakuthandayo mabafane nelanga liphuma ngamandla alo.” Izwe lalinokuthula iminyaka engama-40.


Inkosi yathi: “Gudluka, ume lapho.” Wagudluka, wema.


Khona lapho uDaniyeli, ogama lakhe nguBhelitheshazari, wamangala isikhashana, imicabango yakhe yamesabisa. Inkosi yathi: “Bhelitheshazari, iphupho nencazelo makungakwesabisi.” UBhelitheshazari waphendula, wathi: “Nkosi, iphupho malibe ngelabakuzondayo, nencazelo yalo ibe ngeyezitha zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite