2 Samuweli 18:24 - IsiZulu 202024 UDavide wayehlezi phakathi kwamasango, elingaphakathi nelingaphandle; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni lomuzi, waphakamisa amehlo akhe, wabona umuntu egijima yedwa. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 UDavide wayehlezi emkhathini wamasango omabili; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanguya umuntu egijima eyedwa. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202424 UDavide wahlala phansi phakathi kwamasango omabili, umlindi wakhwela ophahleni lwesango odongeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanko umuntu egijima yedwa. Gade chapit la |