Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:16 - IsiZulu 2020

16 UJowabe wayesebetha icilongo, abantu babuya ekuxosheni u-Israyeli, ngokuba uJowabe wababamba abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UJowabe wayesebetha icilongo, abantu babuya ekumxosheni u-Israyeli, ngokuba uJowabe wabagodla abantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 UJowabe wabetha icilongo, abantu babuya emva kuka-Israyeli, ngokuba uJowabe wabavimba abantu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:16
6 Referans Kwoze  

Owesifazane waya kubantu, wabatshela ngecebo lakhe eliphusile, nempela balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBhikhiri, baliphonsa ngaphandle kuJowabe. UJowabe wayesebetha icilongo, abantu bahlakazeka bawushiya umuzi, babuyela emathendeni abo. UJowabe waphindela enkosini eJerusalema.


UJowabe wayesebetha icilongo; bonke abantu bama, ababe besabahubha abakwa-Israyeli, futhi ababange besalwa.


Ngokuba uma icilongo likhala ngomsindo ongaqondakaliyo, ngubani ozakuzilungisela impi na?


Izinsizwa ezilishumi ezaziphethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamgwaza u-Absalomu, zambulala.


Kwathi ukuba abakwa-Israyeli babone ukuthi ufile u-Abhimelekhi, babuyela emakhaya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite