Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:24 - IsiZulu 2020

24 UDavide wahamba waze wafika eMahanayimi, kodwa u-Absalomu nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bawela iJordani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UDavide wayesefika eMahanayimi. U-Abisalomu waliwela iJordani, yena nabo bonke abantu bakwa-Israyeli kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UDavida wasefika eMahanayimi. U-Abisalomu wadabula iJordani, yena nawo wonke amadoda akwa-Israyeli kanye naye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:24
5 Referans Kwoze  

U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,


UJakobe ezibona, wathi kuzo: “Leli yibutho likaNkulunkulu.” Wayiqamba leyo ndawo ngokuthi yiMahanayimu.


kubuye kusuke eHeshibhoni kuye eRamathi Mizpha neBhethonimi, kusuke eMahanayimi kuya esifundeni saseDebhiri,


Angilufanele lolu thando ongenzele lona nokwethembeka okungaka okukhombise mina inceku yakho. Ngawela leli Jordani ngiphethe kuphela udondolo, kodwa manje senginamaqembu amabili.


Buya, buya mShulami! Buya, buya ukuze sikubuke! Yini enizoyibona kumShulami na? Kunjengokusina phakathi kwamaqembu amabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite