Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:22 - IsiZulu 2020

22 UDavide, nabo bonke abantu ababe naye, basuka bawela iJordani. Kwathi kusa, kwabe kungekho namunye owayesasele engaliwelanga iJordani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UDavide wayesesuka nabo bonke abantu ababe naye, bawela iJordani; ngasekuseni akusalanga noyedwa ongaliwelanga iJordani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngemva kwalokho uDavide waqeda kanye nawo wonke amadoda ayenaye, bawela iJordani;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:22
8 Referans Kwoze  

ukuze kugcwaliseke izwi alishoyo, wathi: “Kulabo ongiphe bona, angilahlekelwanga namunye.”


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Ohlakaniphile uyabubona ububi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaqhubeka, bese beyajeziswa.


UDavide wahamba waze wafika eMahanayimi, kodwa u-Absalomu nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bawela iJordani.


zathi kuye: “Izinceku zakho zibale wonke amabutho asesandleni sethu, akukho nalinye elisalile.


Kwathi sezihambile, baphuma emthonjeni, bahamba bayoyibikela inkosi uDavide, bathi: “Sukani, niwele umfula ngokushesha, ngokuba u-Ahithofeli weluleke kanje ngani.”


Kuthe lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi iseluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, wabuyela ekhaya, emzini wakhe. Wafika khona wahlela izindaba zomuzi wakhe, wayesezilengisa, wafa, wangcwatshwa ethuneni likayise.


Nkulunkulu wami, umphefumulo wami udangele ngaphakathi kimi; ngizokukhumbula eJordani naseHermoni nasentabeni iMizari.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite