Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:1 - IsiZulu 2020

1 U-Ahithofeli wathi ku-Absalomu: “Ake ngiqoke amadoda ayizi-12 000, ngizosuka ngimlandele uDavide ngabo bona lobu busuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 U-Ahithofeli wathi futhi ku-Abisalomu: “Mangikhethe manje abantu abayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngimxoshe uDavide ngalobu busuku,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 U-Ahithofeli wathi ku-Abisalomu: “Mangikhethe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngixoshe uDavide ngalobu busuku.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:1
8 Referans Kwoze  

Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;


Ngiyakulala phansi ngokuthula, ngilalise okwengane, ngoba nguWena wedwa, Simakade, ongenza ngihlale ngiphephile.


ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.


Konke u-Ahithofeli ayeluleka ngakho kulezo zinsuku, kwakungathi kubuzwe kuNkulunkulu, ngakho-ke iseluleko sika-Ahithofeli sasihlonishwa nguDavide, kanjalo no-Absalomu.


Ngizomfica ekhathele, nezandla zakhe zingenamandla, ngizomthelekela, abantu bonke abanaye babaleke, bese ngibulala inkosi, yona nje kuphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite