Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:18 - IsiZulu 2020

18 Wayesethi uHushayi ku-Absalomu: “Qha, lowo okhethwe nguSimakade, nayilaba bantu, abantu bonke bakwa-Israyeli ngiyakuba ngowakhe, ngihlale naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayesethi uHushayi ku-Abisalomu: “Qha, lo okhethwe nguJehova, nayilaba bantu, nangabantu bonke bakwa-Israyeli, ngiyakuba ngowakhe, ngihlale naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UHushayi wasesithi kuAbisalomu: Hatshi! kepha lowo uJehova amkhethayo nalaba bantu nawo wonke amadoda akwa-Israyeli ngiyoba ngowakhe, ngihlale naye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:18
4 Referans Kwoze  

USamuweli wayesethatha uphondo lwamafutha, wamgcoba phakathi kwabafowabo; uMoya kaSimakade wehlela ngamandla phezu kukaDavide, kusukela ngalolo lusuku kuya phambili. Wayesesuka uSamuweli, waya eRama.


U-Absalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukwethembeka kwakho kumngani wakho, na? Awuhambanga ngani nomngani wakho, na?”


Ngiyakukhonza bani uma ngingekhonze indodana yakhe, na? Njengalokhu ngamsebenzela uyihlo, ngizokwenza kanjalo nakuwe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite