Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:17 - IsiZulu 2020

17 U-Absalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukwethembeka kwakho kumngani wakho, na? Awuhambanga ngani nomngani wakho, na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 U-Abisalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukuthembeka kwakho kumngane wakho na? Awuhambanga ngani nomngane wakho na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:17
6 Referans Kwoze  

Kwathi esefike eJerusalema ukuzohlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: “Awuhambanga ngani nami, Mefibhoshethi?”


Umuntu wabangani uzilimaza yena, kodwa umngani weqiniso uyanamathela ukwedlula izelamani.


Umngani uyathanda ngezikhathi zonke, kodwa umfowenu wazalelwa ukukuthwalisa ngezikhathi zobunzima.


Ngabe nimbonga kanjalo uSimakade, na? Nina bantu abayiziwula nabangahlakaniphile, akasiye yini uyihlo anidalwanga nguye wanenza, wanimisa, na?


Wayesethi uHushayi ku-Absalomu: “Qha, lowo okhethwe nguSimakade, nayilaba bantu, abantu bonke bakwa-Israyeli ngiyakuba ngowakhe, ngihlale naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite