Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:15 - IsiZulu 2020

15 U-Absalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli wayenabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 U-Abisalomu nabantu bonke, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Abisalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enaye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:15
4 Referans Kwoze  

UHushayi, umngani kaDavide, wangena emzini ngesikhathi u-Absalomu engena eJerusalema.


U-Absalomu wathumela ku-Ahithofeli, umGiloni, umeluleki kaDavide owayevela emzini iGilo, lapho esanikela ngemihlatshelo. Lwaqina-ke uzungu, futhi banda nabantu ngasohlangothini luka-Absalomu.


Inkosi, nabo bonke abantu eyayihamba nabo, bafika eJordani bekhathele; yafike yathi gozololo lapho, yahlumeleleka.


Uthe ukuba adundubale afinyelele esiqongweni lapho kukhulekwa khona kuNkulunkulu, wahlangatshezwa nguHushayi, umArikhi, egqoke ibhantshi eliklebhukile, enomhlabathi ekhanda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite