Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 14:29 - IsiZulu 2020

29 U-Absalomu wathumela kuJowabe ukuze amthume enkosini, kodwa uJowabe akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela okwesibili, kepha akavumanga ukuza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthume enkosini, kepha akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela ngokwesibili, kepha akavumanga ukuza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthumele enkosini; kepha akavumanga ukuza kuye; kwathi ephinda ethuma okwesibili, kavumanga ukuza.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 14:29
4 Referans Kwoze  

Wathumela izinceku zakhe ukuba ziyobiza labo ababemenyiwe emshadweni, kodwa abavumanga ukuza.


Kodwa indlovukazi uVashiti yenqaba ukuza njengoba kwakuyaleze inkosi kubathenwa. Lokho kwayenza inkosi yathukuthela kakhulu, yabhodla umlilo.


U-Absalomu wahlala eJerusalema iminyaka emibili, engakaze abubone ubuso benkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite