Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:21 - IsiZulu 2020

21 Kwathi ukuba inkosi uDavide izwe ngakho konke lokhu, yathukuthela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Isizwile inkosi uDavide zonke lezo zinto yathukuthela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa inkosi uDavide isizwile ngazo zonke lezi zinto yathukuthela kakhulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:21
10 Referans Kwoze  

Amadodana kaJakobe ayefika nje evela ekwaluseni lapho ezwa ngaleso sigameko, ashaqeka, awotha ubomvu, ngokuba wayenze ichilo kwa-Israyeli ngokungcolisa indodakazi kaJakobe, okwakuyinto eyayingafanele neze ukwenziwa.


Njalo ekuseni ngizobabhubhisa ababi ezweni, ngibaqede bonke abenzi bokubi emzini kaSimakade.


ngakho-ke inkemba ayiyukusuka endlini yakho kuze kube phakade, ngokuba ungedelele, wathatha umka-Uriya, umHithi, waba ngumkakho.’


UDavide wathukuthela kakhulu ngenxa yalowo muntu, wathi kuNathani: “Ngifunga ngiyagomela kuSimakade, umuntu owenze lokho umelwe wukufa.


Kungani niwedelela umhlatshelo wami nomnikelo wami engiyale ngakho endlini yami, uhloniphe amadodana akho kunami, nizikhuluphalise ngeminikelo emihle yakwa-Israyeli, yabantu bami na?’


U-Absalomu umnewabo wathi kuye: “Ubenawe yini umnewenu, u-Amnoni na? Thula, dadewethu; ungumnewenu, ungayibeki inhliziyo yakho kule nto.” UThamari wahlala eyisikhwebu endlini ka-Absalomu, umnewabo.


U-Absalomu akazange akhulume lutho olubi noma oluhle ku-Amnoni, kodwa u-Absalomu wamzonda u-Amnoni, ngokuba wayemphoqile udadewabo, uThamari.


Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite