Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:2 - IsiZulu 2020

2 Lokho kwamhlupha waze wagula ngenxa kadadewabo, uThamari, owayeyintombi, ngakho-ke kwakulukhuni ku-Amnoni ukuba angenza utho kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 U-Amnoni wajilajileka waze wagula ngenxa kadadewabo uTamari, ngokuba wayeyintombi; kwakungenakwenzeka emehlweni ka-Amnoni ukwenza lutho kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 U-Amnoni wathukuthela waze wagula ngenxa kadadewabo uTamari; ngoba yayiyintombi; kwaba nzima kuye u-Amnoni ukuba amenze utho.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:2
5 Referans Kwoze  

Ukudabuka okwenziwa nguNkulunkulu kuholela ensindisweni, umuntu angasoze azisola ngakho, kube ngukusindiswa, kodwa ukudabuka okuya ngokwezwe, kuholela ekufeni.


Madodakazi aseJerusalema fungani! Uma nimthola othandiweyo wami, niyomtshela yini ukuthi ngiyazifela ngaye na?


U-Ahabi waya esigodlweni sakhe ehluneme futhi ethukuthele ngenxa yezwi uNabothi waseJizreyeli ayelikhulume kuye, lokuthi: “Angiyukukunika ifa lokhokho bami.” Walala embhedeni, wabheka eceleni, akaze adla lutho.


U-Absalomu, indodana kaDavide, wayenodadewabo omuhle, ogama lakhe kunguThamari; u-Amnoni, indodana kaDavide, wayemthanda.


U-Amnoni wayenomngani, ogama lakhe kunguJonadaba, indodana ka-Shimeya, umfowabo kaDavide. UJonadaba wayengumuntu onobuqili obukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite