Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:18 - IsiZulu 2020

18 UThamari wayegqoke ingubo ende, enemikhono emide, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayengqoka kanjalo. Leyo nceku yamkhiphela phandle, yayisihluthulela umyango ngesikhiye lapho esephumile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayenengubo enemibala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqoka izingubo ezinjalo. Leyo nceku yayisimkhiphela phandle, yahluthulela emnyango emva kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wayembethe ingubo emibalabala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqokiswa ngale ndlela. Inceku yakhe yamkhiphela phandle, yahluthulela umnyango ngemva kwakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:18
7 Referans Kwoze  

‘Bayitholile, futhi ababelani impango, na? Intombi, yebo, izintombi ezimbili endodeni; impango yezinto ezidayiwe kuSisera, impango yezinto ezidayiwe zahlotshiswa, iziqephu ezimbili zomsebenzi oyimpango odayiwe wahlotshiswa, ongowentamo yami.’


U-Israyeli wayemthanda uJosefa kunawo wonke amadodana akhe, kwazise wayemthole esemdala. Wamthungela ingubo enemikhono emide.


Bayithumela ingubo ende enemibala ehlukene kuyise, bathi: “Nakhu esikutholile. Ake uhlolisise ubone ukuthi akusiyona yini ingubo yendodana yakho na?”


Uthe lapho uJosefa efika kubafowabo, bamhlubula ingubo yakhe ayeyigqokile embalabala, enemikhono emide.


U-Ehudi waphumela emhubheni wavala iminyango yekamelo eliphezulu, wayihluthulela.


Wayesebiza inceku yakhe eyayimsebenzela, wathi: “Mkhiphele phandle lo wesifazane, umsuse lapha kimi, bese ukhiya umnyango uma esephumile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite