Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:4 - IsiZulu 2020

4 “Kwafika isihambi endodeni ecebileyo, yayeka ukuthatha ezimvini nasezinkomeni zayo ukulungisela leso sihambi esasiyivakashele, kepha yathatha ixhukazana lendoda empofu, yalilungisela isihambi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Kwase kufika isihambi endodeni ecebileyo, yayeka ukuthatha ezimvini nasezinkomeni zayo ukusilungisela leso sihambi esasifike kuyo, kepha yathatha ixhukazana lendoda empofu, yalilungisela umuntu owayefike kuyo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwase kufika isihambi endodeni ecebileyo, kodwa yaziyeka emhlambini wayo nasezinkomeni zayo, ukuze inakekele isihambi esifike kuyo; kodwa wathatha iwundlu lomyanga, walilungisela lowo owayeza kuye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:4
6 Referans Kwoze  

Kepha yilowo nalowo muntu ulingwa, ahuhwe yizinkanuko zakhe, futhi ahuheke.


Lapho leli khehla liphakamisa amehlo, labona isihambi sihleli esigcawini somuzi, lathi: “Uyaphi, futhi uvelaphi, na?”


kepha empofu yayingenalutho, inexhukazana elilodwa eliselincane nje kuphela, eyayilithengile, yalondla. Lakhulela kuyo nakubantwana bayo; ladla ucezu lwayo, laphuza esitsheni sayo, lalala esifubeni sayo; lalinjengendodakazi kuyo.


UDavide wathukuthela kakhulu ngenxa yalowo muntu, wathi kuNathani: “Ngifunga ngiyagomela kuSimakade, umuntu owenze lokho umelwe wukufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite