Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 10:17 - IsiZulu 2020

17 Kwathi uDavide angabikelwa ngalokho, wayeseqoqa wonke u-Israyeli, wawela iJordani, waya eHelamu. Ama-Aramu athumela impi ukuze abhekane noDavide, alwe naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UDavide watshelwa, wabutha wonke u-Israyeli, wawela iJordani, wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lapho uDavide etshelwa, wabutha wonke u-Israyeli wawela iJordani wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 10:17
3 Referans Kwoze  

UDavide wabikelwa ngalokho, wayeseqoqa wonke u-Israyeli, bawela iJordani, bafika kuwo; wase eyihlela impi, walwa nawo.


UHadadezeri wayesethumela, wawabiza ama-Aramu ayengaphesheya komfula; afika eHelamu eholwa nguShobhakhi, umkhuzi wempi kaHadadezeri.


Ama-Aramu abaleka phambi kukaDavide, wabulala ama-Aramu angama-700 ayegibele izinqola zempi, nabamahhashi abayizi-40 000. UShobhakhi, umkhuzi wempi yawo, bamshaya, wafela khona lapho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite