Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 10:11 - IsiZulu 2020

11 UJowabe wathi ku-Abhishayi: “Uma ama-Aramu enamandla kunami, uyoza uzongisiza, kanjalo uma abakwa-Amoni benamandla kunawe, ngizofika ngizokusiza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wathi: “Uma ama-Aramu engahlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni bekwahlula, ngiyakufika ngikusize.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, ngiyakuza, ngikusize;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 10:11
8 Referans Kwoze  

Thwalisanani imithwalo yenu, niwugcwalise kanjalo umthetho kaKhristu.


Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka balabo abangenamandla, singazithokozisi thina.


Kepha Mina ngikunxusele ukuba ukukholwa kwakho kungapheli. Wena-ke, uma usuphendukile, uqinise abafowenu.”


Uma nizwa kuhlatshwa umkhosi ngecilongo, anobuthana ngakimi. UNkulunkulu wethu uzosilwela.”


Amabutho aseleyo wawashiya esandleni sika-Abhishayi, umfowabo, wawathuma ukuba ayokulwa nabakwa-Amoni.


Qina, masisebenzise amandla ethu ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu; uSimakade makenze okuhle emehlweni akhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite