Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 1:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi emva kokufa kukaSawule, uDavide esebuyile ekubulaleni ama-Amaleki, wahlala izinsuku ezimbili eZikilagi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi emva kokufa kukaSawule, uDavide esebuyile ekubulaleni ama-Amaleki, futhi uDavide esehlale izinsuku ezimbili eSikilagi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi emva kokufa kukaSawule, uDavide ebuyile ekubulaleni ama-Amaleki, uDavide wahlala izinsuku ezimbili eZikilagi;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 1:1
6 Referans Kwoze  

U-Akhishi wamnika iZikilagi ngalolo lusuku, ngalokho-ke iZikilagi lingelamakhosi akwaJuda kuze kube namuhla.


USawule wafa namadodana akhe omathathu, nodibi lwakhe, nabo bonke abantu bakhe ngalolo lusuku.


Base bebuyela emuva, bafika e-Eni Mishiphathi okuyiKadeshi, balinqoba lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayakhe eHazezoni Thamari.


Kwathi ngosuku lwesithathu lapho uDavide nabantu bakhe befika eZikilagi, bathola ukuthi ama-Amaleki ayehlasele eNegevu naseZikilagi, alinqoba, alishisa ngomlilo.


USawule wathi odibini lwakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo, funa abangasokile bafike bangigwaze, bangijivaze.” Kepha udibi lwakhe lwenqaba, ngoba lwesaba kakhulu. USawule wayesethatha inkemba yakhe, waziphonsa phezu kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite