Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 2:1 - IsiZulu 2020

1 Ngakho-ke wena mntanami, qina emseni okuKhristu uJesu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngakho wena mntanami, yiba namandla emseni okuKristu Jesu;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngakho wena, ndodana yami, qina emuseni okuKristu Jesu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngakho wena, ndodana yami, qina emuseni okuKristu Jesu.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 2:1
14 Referans Kwoze  

Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu.


Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kodwa owamandla, owothando, nowokuzithiba.


Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Lindani, nime niqinile ekukholweni, nime isibindi, nibe namandla.


Kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Khristu. Kuye makube udumo kusukela manje kuze kube usuku lwaphakade. Amen.


Kodwa qina manje, Zerubhabhele,’ kusho uSimakade, ‘qina, nawe Joshuwa, ndodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, qinani nonke nina bantu bezwe,’ kusho uSimakade, ‘nisebenze ngokuba Mina nginani,’ kusho uSimakade Wamabandla.


Thimothewu mntanami, ngikunika lo myalo njengokweziphrofetho ezandulelayo ngawe, ukuze ngazo ulwe ukulwa okuhle,


kuThimothewu, umntanami isiminya okholweni: makube kuwe umusa, ububele nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKhristu uJesu iNkosi yethu.


Qina kuphela, ube nesibindi kakhulu, uqaphele ukwenza njengokomthetho wonke inceku yami uMose akuyala ngawo. Ungachezuki nakancane kuwo, uye ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, ukuze ube nempumelelo noma kuphi lapho uya khona.


kuThimothewu umntwana othandekayo: makube kuwe umusa, ububele, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKhristu uJesu iNkosi yethu.


UPawula, umphostoli kaKhristu uJesu ngokwentando kaNkulunkulu nangokwesithembiso sokuphila okukuKhristu uJesu,


Ngakho-ke ngibekezelela konke ngenxa yabakhethiweyo, ukuze nabo bazuze insindiso ekuKhristu uJesu, nenkazimulo yaphakade.


Kepha iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, kuthi bonke abezizwe bayizwe, futhi ngakhululwa emlonyeni wengonyama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite