Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 8:9 - IsiZulu 2020

9 Manje lalela abakushoyo, kodwa-ke uze ubexwayise impela, ubatshele ngendlela inkosi eyakubusa ngayo phezu kwabo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Manje lalela izwi labo, ugamele nokugamela kubo kuphela, ubatshele amalungelo enkosi eyakubusa phezu kwabo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Manje lalela izwi labo; kodwa phikisane labo futhi ubatshele ilungelo lenkosi ezakubabusa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 8:9
10 Referans Kwoze  

USamuweli wayesebatshela abantu ngamalungelo ombuso, wawaloba encwadini, wayibeka phambi kukaSimakade. USamuweli wayidedela inhlangano yahlakazeka, kwayilowo nalowo muntu wabuyela ekhaya.


Isikhulu asiyukuthatha lutho efeni labantu, singabaqhwagi impahla yabo, kodwa amadodana aso siyakuwabela ifa empahleni yaso, ukuze abantu bami bangahlakazeki, kube yilowo nalowo ashiye ifa lakhe.” ’ ”


Uma ngithi komubi: ‘Uyakufa nokufa,’ bese ungamxwayisi; ungakhulumi umxwayise omubi endleleni yakhe embi, ukuba omubi umsindise, uyakufa ngenxa yezono zakhe, kodwa igazi lakhe ngiyakulibiza esandleni sakho.


Ngazo zonke izinsuku zikaSawule, kwakukhona ukulwa okunzima namaFilisti. Kwakuthi lapho uSawule ebona iqhawe nendoda enamandla azithathele bona.


Kwakungumthetho wabaphristi kubantu ukuba nxa umuntu enikela ngomhlatshelo, kufike inceku yomphristi inyama isabila, iphethe imfologo ngesandla,


Kunjengayo yonke imisebenzi abayenzayo, kusukela ngosuku engabakhuphula ngalo eGibhithe kuze kube namuhla, bangilahla bayokhonza abanye onkulunkulu, ngakho-ke benza kanjalo nakuwe.


USamuweli wathi ku-Israyeli wonkana: “Niyabona-ke, ngililalele izwi lenu kukho konke enikushilo kimi; ngibeke inkosi ukuba inibuse.


Ngokuba okhokho benu ngabayala nokubayala ngosuku engabakhuphula ngalo eGibhithe, kuze kube namuhla, ngabayala ngathi: “Lalelani izwi lami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite