Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 8:14 - IsiZulu 2020

14 Iyakuthatha amasimu enu, izivini zenu neminqumo yenu emihle, iyakukuthatha ikunike izinceku zayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Iyakuthatha amasimu enu, nezivini zenu, neminqumo yenu emihle, ikunike izinceku zayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Iyakuthatha amasimu enu, nezivini zenu, neminqumo yenu emihle kunayo yonke, ikunike izinceku zayo.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 8:14
7 Referans Kwoze  

Isikhulu asiyukuthatha lutho efeni labantu, singabaqhwagi impahla yabo, kodwa amadodana aso siyakuwabela ifa empahleni yaso, ukuze abantu bami bangahlakazeki, kube yilowo nalowo ashiye ifa lakhe.” ’ ”


UJezebheli, umkakhe, wathi kuye: “Akunguwe yini obusa kwa-Israyeli na? Vuka udle, inhliziyo yakho ithokoze. Ngizokunika isivini sikaNabothi waseJizreyeli.”


Uyakuthi kuye: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: ubulele, wadla isivini, na?’ Bese ukhuluma kuye, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: endaweni lapho izinja zaxhapha khona igazi likaNabothi, izinja ziyakuxhapha negazi lakho, yebo, elakho.’ ”


USawule wathi ezincekwini zakhe ezazimile: “Lalelani lapha nina bakwaBhenjamini; indodana kaJese yiyo yini ezoninika nonke amasimu nezivini, inenze nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu na?


Iyakuthatha amadodakazi enu abe ngabathaki bamakha, nabapheki, nababhakizinkwa.


Iyakuthatha okweshumi kwembewu yenu nokwesivini senu, ikunike izinduna zayo nezinceku zayo.


U-Ahabi wakhuluma kuNabothi, wathi: “Nginike isivini sakho ukuze sibe yisivande sami semifino, ngoba siseduze nesigodlo sami. Ngizokunika esikhundleni saso isivini esihle kunaso, kodwa uma uthanda ngingakunika isiliva libe yinkokhelo yaso.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite