Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 6:18 - IsiZulu 2020

18 namagundane egolide ayeyinani lemizi yonke yamaFilisti eyayibuswa ngamakhosi ayisihlanu, imizi eyizinqaba ebiyelwe nemizana engabiyelwe. Itshe elikhulu lapho kwabekwa khona umphongolo kaSimakade, lingubufakazi ensimini kaJoshuwa waseBhethi Shemeshi, kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 namagundane egolide ayenjengomumo wemizi yonke yamaFilisti yamakhosi ayisihlanu, imizi ebiyelweyo nemizana yasemaphandleni, okubufakazi bakho kuyitshe elikhulu abawubeka kulo umphongolo kaJehova, elikhona nanamuhla ensimini kaJoshuwa waseBeti Shemeshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 namagundane egolide ngokwesibalo semizi yonke yamaFilisti eyezikhulu eziyisihlanu, imizi ebiyelweyo neyasemaphandleni, kwaze kwaba etsheni elikhulu lika-Abela abawubeka phezu kwalo umphongolo wesivumelwano sikaJehova. NKOSI itshe elisekhona nanamuhla esiqeshini sezwe likaJoshuwa waseBeti Shemi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 6:18
4 Referans Kwoze  

kusuka eShihori elisempumalanga yeGibhithe kuya enyakatho emngceleni we-Ekhroni, elaziwa ngokuthi yiKhanani; kunababusi abayisihlanu bamaFilisti, abaseGaza, e-Ashidodi, e-Ashikeloni, e-Githi, nase-Ekhroni, nalabo base-Avimu ngasenyakatho,


Yonke leyo mizi yayibiyelwe ngezingange eziphakemeyo, inamasango nemigoqo, ngaphandle kwemizana eminingi kakhulu eyayingabiyelwe.


Athi: “Uyokuba yini umnikelo wecala esiyakuwubuyisela kanye nawo na?” Bathi: “Amathumba ayisihlanu egolide namagundane ayisihlanu egolide ngokwenani lamakhosi amaFilisti, ngokuba kuyisifo esisodwa esihlasele bonke, ngisho namakhosi enu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite