Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 6:10 - IsiZulu 2020

10 Abantu benza kanjalo, bathatha izinkomazi ezimbili ezincelisayo, bazibophela enqoleni, kwathi amankonyane azo bawavalela ekhaya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Abantu benze njalo; bathatha izinkomo ezimbili ezincelisayo, bazibophela enqoleni, bazivalela amankonyane azo ekhaya,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Amadoda enza njalo; athatha izinkomo ezimbili ezanyisayo, azibophela enqoleni, azivalela amathole azo endlini.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 6:10
4 Referans Kwoze  

UJakobe wathi: “Inkosi yami iyazibonela ukuthi abantwana basebancane, nokuthi izimvu nezinkomo engiziqhubayo ziyancelisa. Uma singakuxina usuku lube lunye nje, kungafa wonke umhlambi.


Bhekani, uma zenyuka nawo ngendlela esemngceleni waseBhethi Shemeshi, yazini ukuthi nguNkulunkulu ka-Israyeli osehlisele lobo bubi obukhulu. Uma kungenzeki kanjalo, kuyobe sehlelwe yingozi nje.”


Babeka umphongolo kaSimakade enqoleni nebhokisi lamagundane egolide nemifanekiso yegolide yamathumba abo.


Kwathi ngokwesikhombisa yathi: “Bheka, kukhuphuka ifu elincane olwandle, lingangesandla somuntu.” Wayesethi: “Khuphuka, umtshele u-Ahabi uthi: ‘Bophela, wehle, funa uvinjezelwe yimvula.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite