Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 31:5 - IsiZulu 2020

5 Kwathi lungabona udibi lwakhe ukuthi uSawule usefile, nalo lwaziphonsa phezu kwenkemba yalo, lwafa kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Udibi lwezikhali zakhe selubonile ukuthi uSawule ufile, lwawela nalo phezu kwenkemba yalo, lwafa kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Lapho udibi lwezikhali zakhe lubona ukuthi uSawule ufile, lwawela phezu kwenkemba yalo, lwafa kanye naye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 31:5
5 Referans Kwoze  

Udibi lwakhe selubonile ukuthi uSawule ufile, lwawela phezu kwenkemba yalo, nalo lwafa.


Masinyane wabiza insizwa eyayiwudibi lwakhe, wathi kuyo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale ukuze abantu bangathi ngami: ‘Wabulawa ngowesifazane.’ ” Insizwa yamgwaza wafa.


USawule wathi odibini lwakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo, funa abangasokile bafike bangigwaze, bangijivaze.” Kepha udibi lwakhe lwenqaba, ngoba lwesaba kakhulu. USawule wayesethatha inkemba yakhe, waziphonsa phezu kwayo.


USawule wafa namadodana akhe omathathu, nodibi lwakhe, nabo bonke abantu bakhe ngalolo lusuku.


Kwathi ukuba uZimri abone ukuthi umuzi usudliwe, wayesengena enqabeni yesigodlo senkosi, wasithungela ngomlilo isigodlo senkosi engaphakathi, wafela lapho,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite