Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:3 - IsiZulu 2020

3 Lapho uDavide nabantu bakhe befika emzini, bheka, wawushiswe ngomlilo; omkabo, amadodana abo, namadodakazi abo bethunjiwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lapho uDavide nabantu bakhe befika emzini, bheka, wawushisiwe ngomlilo; omkabo, namadodana abo, namadodakazi abo babethunjiwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UDavide nabantu bakhe bangena emzini, bheka, wawushisiwe ngomlilo; omkabo namadodana abo namadodakazi abo bathunjwa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:3
7 Referans Kwoze  

Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uSimakade uyamkhulula kuzo zonke.


Lalela-ke, ngiyakubakhipha esinagogeni likaSathane labo abazishaya abaJuda bengesibo, kodwa beqamba amanga. Ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


ngokuba iNkosi iyamyala emthandayo, ishaye leyo naleyo ndodana eyamukelayo.”


UDavide wahlala no-Akhishi eGathi, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nabendlu yakhe, uDavide nomkakhe ababili, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili waseKharimeli, umkaNabali.


Ayethumbe nabesifazane ababelapho, kusukela kwabancane kuya kwabadala, awaze abulala muntu, abaqhuba, ahamba nabo.


UDavide nabantu ababenaye badazuluka, bakhala, baze baphelelwa ngamandla okulila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite