Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:20 - IsiZulu 2020

20 UDavide waphanga zonke izimvu nezinkomo. Abantu bakuqhuba phambili, enye imfuyo yalandela ngemuva, babehamba bethi: “Le yimpango kaDavide.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UDavide wathatha zonke izimvu nezinkomo; baziqhuba phambi kwakhe, bathi: “Yimpango kaDavide le.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UDavide wathatha zonke izimvu nezinkomo abazixosha phambi kwezinye izinkomo, wathi: “Le yimpango kaDavide.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:20
7 Referans Kwoze  

UDavide esefikile eZikilagi, wathumela enye impango kumalunga akwaJuda nakubangani bakhe, wathi: “Bhekani, nasi isipho senu esiyimpango ethathwe ezitheni zikaSimakade.”


Kepha kukho konke lokho, siyanqoba nokunqoba ngowasithandayo.


Ngalokho ngiyakuyabela indawo nabakhulu, iyakuhlukanisa impango nabanamandla, ngokuba yawuthulula umphefumulo wayo ekufeni, yabalwa kanye nezelelesi; nokho yathwala izono zabaningi, yakhulekela aboni.


UJehoshafathi namabutho akhe kwathi lapho befika ukuba babuthe impango kubo, bafumanisa kubo ingcebo eningi kakhulu abangakwazanga ukuyithwala.


UDavide wafika kulabo abangama-200 abangakwazanga ukumlandela ngenxa yokukhathala, wayebashiye ngasemfudlaneni iBhesori; baphuma bayohlangabeza uDavide nabantu ababenaye. UDavide wasondela kubo, wababingelela.


Bacekela phansi amathende emfuyo, bathatha izimvu eziningi namakameli, babuyela eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite