Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:19 - IsiZulu 2020

19 Akukho namunye owasilela, omncane noma omkhulu, amadodana namadodakazi, impango noma okunye nje ababezithathele khona. UDavide wakubuyisa konke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Akwasilala muntu, omncane noma omkhulu, namadodana noma amadodakazi, nempango noma okunye ababezithathele khona; uDavide wabuyisa konke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abaswelanga lutho, encane noma enkulu, amadodana noma amadodakazi, nempango nanoma yini abazithathela yona; UDavid wathola konke.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:19
8 Referans Kwoze  

UDavide wabuza kuSimakade, wathi: “Ngilixoshe yini lelo viyo na? Ngiyakulifica yini na?” Wamphendula wathi: “Lixoshe, uyakulifica impela, bese ubakhulula bonke.”


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


Kanti awumbiyelanga yini nxazonke ngothango, yena nabomndeni wakhe, nakho konke anakho, wabusisa nomsebenzi wezandla zakhe na? Imfuyo yakhe iwuchibidolo ezweni.


zathi kuye: “Izinceku zakho zibale wonke amabutho asesandleni sethu, akukho nalinye elisalile.


UDavide waphanga zonke izimvu nezinkomo. Abantu bakuqhuba phambili, enye imfuyo yalandela ngemuva, babehamba bethi: “Le yimpango kaDavide.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite