Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:10 - IsiZulu 2020

10 UDavide waqhubeka nokuwaxosha ama-Amaleki yena nabantu abangama-400, kodwa abangama-200 basala ngemuva, ngoba babekhathele ukuba bangawela umfudlana iBhesori.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kodwa UDavide waxosha, yena nabantu abangamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala emuva, bezukekile ukuze bangaweli umfudlana iBesori.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha uDavide waxosha, yena namadoda angamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala ngemuva, bekhathele bengenakuwela umfudlana iBesori.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:10
7 Referans Kwoze  

UDavide wafika kulabo abangama-200 abangakwazanga ukumlandela ngenxa yokukhathala, wayebashiye ngasemfudlaneni iBhesori; baphuma bayohlangabeza uDavide nabantu ababenaye. UDavide wasondela kubo, wababingelela.


UDavide wahamba nabantu abangama-600 ababenaye, waze wafika emfudlaneni iBhesori, lapho kwakukhona insali.


Ngalo lolo suku babulala amaFilisti kusukela eMikhimashi kuze kube se-Ajaloni. Abantu baphelelwa ngamandla ngokwedlulele.


USawule wabiza bonke abantu ababenaye, bahamba baya ukuyolwa. Kwaba yilowo nalowo wasingena ngenkemba isitha, yatholana phezulu kwashunqa uthuli.


Bafumana umuntu waseGibhithe endle, bamthatha bamyisa kuDavide. Bamnika isinkwa, wadla, bamnika namanzi, waphuza.


Izinsizwa ziyaphela amandla, zikhathale, nabasha bawa nokuwa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite