Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 3:2 - IsiZulu 2020

2 Kwathi ngolunye usuku u-Eli elele endaweni yakhe namehlo akhe eseqala ukufiphala engasaboni kahle,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwathi ngaleso sikhathi u-Eli elele endaweni yakhe – amehlo akhe ayeqale ukufiphala waze wangaba nakho ukubona –

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi ngaleso sikhathi u-Eli elele endaweni yakhe, namehlo akhe eqala ukuqundeka ukuba angaboni;

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 3:2
8 Referans Kwoze  

U-Eli wayeseneminyaka engama-98, amehlo akhe esenqundekile, engasaboni kahle.


Izinsuku esiziphilayo ziyiminyaka engamashumi ayisikhombisa, kuthi uma ziziningi, zibe yiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili.


Amehlo ka-Israyeli ayesenqundekile ngenxa yobudala, engasaboni kahle. Ngakho-ke uJosefa wawasondeza, wayeseyawanga, wawagona.


Kwathi lapho u-Isaka esegugile, namehlo akhe esefiphele, engasaboni kahle, wabiza indodana yakhe endala, wathi: “Ndodana yami!” Yathi kuye: “Ngilapha.”


UJakobe akavumanga, kodwa wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi; naye uzokuba yisizwe, abe mkhulu. Nokho umnawakhe u-Efrayimi uzokuba mkhulu kunaye, izizukulwane zakhe zibe yizizwe eziningi.”


Ngosuku lapho abalindi bendlu beyothuthumela, namadoda anamandla athothobale, nabasilayo beyoyeka ukugaya, ngoba sebeyingcosana, nabalunguza ngamafasitela bangabe besalunguza,


U-Eli wayesemdala kakhulu, wezwa ngakho konke amadodana akhe ayekwenza kwa-Israyeli, nokuthi ayelala nabesifazane ababekhonza ngasemnyango wethende lokuhlangana.


UmkaJerobhowamu wenza kanjalo. Wasuka waya eShilo, waze wayofika endlini ka-Ahiya. U-Ahiya akabonanga ngoba amehlo akhe ayesefiphazekile, engasabonisisi kahle, ngokuba wayesemdala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite