Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 28:5 - IsiZulu 2020

5 USawule ebona impi yamaFilisti, wesaba, inhliziyo yakhe yathuthumela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Lapho uSawule ebona impi yamaFilisti, wesaba, inhliziyo yakhe yathuthumela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Lapho uSawule ebona impi yamaFilisti, wesaba, inhliziyo yakhe yathuthumela kakhulu.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 28:5
11 Referans Kwoze  

Kwase kuhwaqabala ubuso bayo, imicabango yayo yayiyesabisa, kwaxega amanyonga okhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


Kwathi lapho bezwa abendlu kaDavide, kuthiwa: “I-Aramu libambisene no-Efrayimi,” inhliziyo yakhe neyabantu bakhe yangenwa yitwetwe, banyakaza njengezihlahla zehlathi zinyakaziswa ngumoya.


Akwesabayo omubi kuyamehlela, kodwa abakufisayo abalungileyo bayakuphiwa khona.


Maye, bachithwa ngokuphazima kweso! Bafa, babhubha benovalo.


Ingebhe iyasethusa nxazonke, isezithendeni zaso.


Ukunkeneneza okwesabisayo kusezindlebeni zakhe, uyothi esahlezi enethezekile, kutheleke umphangi.


AmaFilisti abuthana, eza, akanisa eShunemi, noSawule waqoqa wonke u-Israyeli, wakanisa eGilibhowa.


USawule wabuza kuSimakade, kodwa uSimakade akamphendulanga ngamaphupho, nge-Urimi noma nangabaphrofethi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite