1 Samuweli 28:23 - IsiZulu 202023 Kepha uSawule wenqaba wathi: “Angiyukudla.” Nokho izinceku zakhe nowesifazane bamnxenxa, wayeselalela izwi labo. Wasukuma emhlabathini, wahlala embhedeni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Kepha wala wathi: “Angiyikudla.” Kodwa zamcindezela izinceku zakhe kanye nowesifazane, walilalela izwi labo. Wayesevuka emhlabathini, wahlala embhedeni. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202423 Kepha wala wathi: “Angiyikudla.” Kodwa izinceku zakhe kanye nowesifazane bamcindezela; walalela izwi labo. Wavuka phansi wahlala embhedeni. Gade chapit la |
Igceke lalihlotshiswe ngamakhethini kakotini amhlophe naluhlaza okwesibhakabhaka, kunemichilo yelineni elicolekileyo nebukhwebezane, kuboshelwe kokusandilinga kwesiliva ezikwedlaneni zemabuli. Izihlalo zokuphumula ezenziwe ngegolide nesiliva zibekwe egcekeni elaligandaywe ngemabuli emhlophe, amagwadle abomvu, amagobolondo ahlotshiswe ngaphakathi acwebezelayo, netshe eliyigugu eliluhlaza sasibhakabhaka.