Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 27:4 - IsiZulu 2020

4 Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ubalekele eGathi; akabe esamfuna futhi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ubalekele eGati; akabe esamfuna futhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 USawule watshelwa ukuthi uDavide ubalekele eGati, wayengasamfuni.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 27:4
4 Referans Kwoze  

USawule wathi: “Ngonile; buya, ndodana yami, Davide, ngokuba angizukukulimaza futhi, njengoba ukuphila kwami kube yigugu emehlweni akho namuhla; ngenzise okwesiwula, ngidukile kakhulu.”


UDavide wahlala no-Akhishi eGathi, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nabendlu yakhe, uDavide nomkakhe ababili, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili waseKharimeli, umkaNabali.


UDavide wathi ku-Akhishi: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, mabanginike indawo komunye wemizi ukuba ngihlale khona, ngokuba inceku yakho izakuhlalelani nawe emzini wenkosi na?”


Zonke izinceku zadlula eceleni kwakhe nawo wonke amaKherethi, nawo wonke amaPhelethi, nawo wonke amaGithi, abantu abangama-600, ababeyilandela besuka eGathi, bedlula phambi kwenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite